So What About Nature?

So What do we Not Write About?

OLYMPUS DIGITAL CAMERA
OLYMPUS DIGITAL CAMERA

ARTS and Nature ( Isigaba Sokuqala )

Firstly there is Nature, and the way all the elements of Nature are felt and are treated by we the human race.

Water, Food, Shelter and all the resources that we use to continue our explorative and exploitative lives; these are all almost wholly given freely by what some may call providence, but for some it is hard work and the wilful exploitation of Nature. How does Nature, Arts and Humanity interlink to find a harmonious and symbiotic relationship?

We may write about politics and the intrigues therein, we may have sincere opinions about what policies are correct and deal with matters of justice and injustices that we commit, we may try to correct others behaviour through many dialogues and theorize and set up various social and innovative business programs and projects, but if We do not write about our varied yet essentially dependent relationship to Nature/ Our Environment we are neglecting a really essential element in all our lives.

The spaces we inhabit in our various occupations, lifestyles, our psychological, political/social and private and even dream-lives are all secondary.  They are all the stuff of our minds, our passions and ambitions as sophisticated animals. While our preoccupations or works may tend to divine who we are eventually, our initial or primary Well-being is all centred on our relationship with Nature, what it provides and what we make of it and how.

So then, when we write; it may be works of Art, Criticism, Opinion Pieces, Essays, Poems, Music, Stories of different kinds, we are telling just a fragment of the story. While each fragment or each facet of our human stories is relevant to a particular context, it is the collective reception, or the impact each story has on the individual that matters most.

Today I wish to write about the Collective Cohabitation of Arts – Spaces, places and the Ground beneath our feet, The Air we breathe and the quality of the lives we lead –  My opinion is that every conceivable space is a platform for the expression of Artistry. Akukho sikhala noma shashalazi lapho ubungcweti nobuciko beSintu bungevezwe khona.Kepha umbuzo uthi siyihlonipha kangakanani imvelo, leyondawo esisebenzela kuyo siyazisa kangakanani, futhi siyayinakekela ngokufanele na?

Amaciko maningi, nobuningi bawo buluphawu lokugcizelela lokhu esengikushilo, ukuthi, Imvelo nendlela esiyiphatha ngayo nendlela esemukela ngayo konke esikuthola kuyo – ibaluleke kakhulu. Maciko kusamele sijule ngokwemvelo, sibuyele emhlabathini, othulini, ezihlahleni nasemithini eyehlukahlukene.

Iyini na imvelo, kanti futhi ihlangana kanjani nezobuciko?

Ngiyakholwa ukuthi konke esikwaziyo nokubambekayo sikuthola emhlabeni, umhlaba ophilayo nonothe ngendlela exakayo. Kukhona abanye bethu abamba igolide namanye amatshe nezinye izinto eziligugu emhlabeni osewakhiwa ngokuhwebelana. Kukhona abaziphilisa ngokuvuna izithelo zonke ezitholakala emithini, bephinde behwebe ngayo imithi uqobo lwayo. Eminye imithi isitshenziselwa ukwakha izindlu, nezakhiwo ezahlukahlukene, eminye kukhandwa ngayo amaphepha, amathuluzi nezinye izinsiza-kwakha, kuphinde futhi kwakhiwe nezinsimbi okanye izinto zokudlala umculo, ezemidlayo nokunye okuningi.

Esikhathini samanje esesivamise ukuthi izinto ebezakhiywa ngezandla zabantu sezakhiwa yimishini ngemishini, kuningi okusilahlekelayo. Izinto zibonakala sengathi ziba lula uma sisebenzisa ama-rubber nama-plastics kanye namathuluzi akhiwe ngezinhlobo-nhlobo zezinsimbi, kepha ngokweso elijulile kuyabonakala ukuthi siloke siqhela njalo kancane kancane kwiMvelo ekuyiyo imvelaphi yethu.

Lokuziqhelisa kancane kancane emvelweni, kungabonakala kuyimpucuko noma  ukwenziwa lula kwezinto, kepha ukukhaxhumani noma ukungabi nabudlelwano noma ubunye nemvelo kuyasibulala singabantu, ikakhulukazi abantu bendabuko.

Ngifisa ukuloba ngomdanso, imisebenzi namakhono amaciko. Ngifisa ukubhala ngomculo, abaculi, abadwebi, abalaleli kanye nezingqinamba ezibhekene nokulalelwa komculo nokwamukeleka kwemisebenzi yamaciko emiphakathini yethu, kepha ngiloke nginomuzwa wokubhala ngeMvelo – nami anginayo incazelo eqonqile ukuthi lokhu kungani. Okungicacelayo ukuthi, vele imvelo iyikho konke. Siyayilondoloza noma siyayazisa na, ikakhulukazi thina esisemkhakheni wezobuciko? Sinendaba yini ukuthi ama-instruments ethu avelaphi? Siyazihlupha yini ngobunjalo bamathuluzi esiwasebenzisayo. Lombuzo unokuba nopupolitiki, kanti futhi singawubheka ngeso lezomnotho. Kepha ukuze singachezuki kakhulu ephuzwini noma emongweni wendaba, asike sizibuze imibuzo embalwa ngemvelo nobuciko.

  • Kuyiqiniso kangakanani ukuthi kukhuna abantu abazelwe bengamaciko?
  • Ukuzalwa Uliciko kuxhumekeke ngangakanani ofuzweni
  • Luyini lona ufuzo?
  • Izikole ezifundisa noma ezicija amakhono zibaluleke kangakanani?
  • Ukufundiswa kwamakhono kuphelele yini uma kungafundiswa ngomlando okanye imvelaphi yamagama nezinsimbi ezisethseziswayo?
  • Ulimi esifunda ngalo ubuciko lubaluleke kangakanani ekwakheni isizwe?
  • Amaciko angaluthola kanjani usizo oluqhubekayo noma olunzulu olungenza imisebenzi yawo ivele ebantwini ukuze kube khona ubudlelwano phakhathi komphakathi namaciko/nobuciko?
  • Imvundo Ekhululayo nemahhala ingasisiza kanjani ukuthi silonde imvelo/umhlaba/namagugu esizwe?
  • Imvelo Ne-Tekhinoloji = Kuyosetshenziswana Kanjani Ukuze Okunye Kungachithi Okunye, kodwa kube khona ukubambisana?

And so we write a lot about everything else, but we hardly ever seriously write about Nature. We are caught up in our human affairs, much of it is really petty and insignificant and spurious and we neglect to write and talk and do works that help us to draw closer to Knowledge Of Nature.

As I have already stated, Nature is everything, Land is everything, Good unpolluted and undiluted Water is everything. The Air we breathe is everything. All else is trivial and honestly, a waste of precious time. But the so called intelligent animal, the human being, is pre-occupied with entertainment, and not attainment of a mutually beneficial relationship with the Natural world. We forget so easily that we are Water beings, Spiritual beings, Earthen vessels whether we acknowledge it or not.

Advertisements

One thought on “So What About Nature?

  1. This is a very engaging read and I feel its a personal call for action. Furthermore it may require an imagination that will inspire one to dig deeper into answering some of the questions addressed as well as in honestly engaging with the content.

    Liked by 1 person

Leave a Reply

Fill in your details below or click an icon to log in:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out / Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out / Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out / Change )

Google+ photo

You are commenting using your Google+ account. Log Out / Change )

Connecting to %s